Mama ungcongo isangoma

Mama ungcongo isangoma Ngiyelapha ngemithi iziwasho namanzi

ngakini inisiza ngani lempahla ubulongwe
30/04/2026

ngakini inisiza ngani lempahla ubulongwe

18/02/2026

isnama naso ngokunjalo siyenza ukuthi unamathelwe izinto ezinhle nezimbi uma singathakwanga kàhle... okunye nokunye uma ungakholwa ungabuza enyangeni yakho okanye Ugobela wakho noma oseduze nawe... camagu... noma ungithumelele umyalezo kuinbox... Whatsapp 0791297696

18/02/2026

umuthi ekuthiwa ibutha ulungile mewuzowuthaka kahle ukwazi ukuwuthaka... ngoba mewungathakiwe kàhle hle ubutha izinto ezinhle bese futhi ubuthe izinto ezimbi uzibone sewuzondwa nabantu ube namabhadi

18/02/2026

kusukela emandulo wawukhona umuthi izangoma nezinyanga nonomkhubulwane lingakafiki ibhayibheli... abantu babewusebenzisa bephila bebelethiswa ngawo...ungangiphikisa mewungakholwa noma ubuze inyanga yakho okanye Ugobela wakho
Camagu

18/02/2026

Ungaboni nje eminye imizi ihleli ngokujabula emizini yabo noma ubabona bethandana kumnandi ... Uma ungababuza ziningi izinkinga nezinqinamba abadlule kuzona... Bebeke bahlale ngokuxabana babuye bangakhulumisani omunye alale abheke Lena noma alale kusofa, aze athuthe omunye awushiye umuzi wakhe omkhulu wemaleshisiwe ayohlala emjondolo engazenzi kodwa esetshenziwe kwafakwa isichitho... Ubabona bejabule basukuma balwa bahamba izinyanga kwakungelulanga... 0791297696 ... Sikhona isikhafulo sentindili simbuyisa noma ngabe ukuphi niphinde nijabule futhi asihambi ke sodwa sihamba nesibambelelo sikabhekamina ngedwa ngafaka nodelunina kancane mase ngibophele kanjalo sisolva UEx ... USUSIMTHWALO isiwasho naso senza ezibukwayo sisusa wonke amathunzi amnyama, intwezimdaka, isichitho umeqo senza izitha/izintshaba zakho zixabane zodwa bashayane baphahluke bazokutshela izinto abazenza kuwena isilwane asisondeli mewusebenzisa lesiwasho... Zikhona imbiza bakwethu zokuvusa induku , imbiza yomama iklina igazi imithambo nesibeletho yenza umama asheshe abambe mengabatholi abantwana noma uma ethi ekhulelwe siphume usisi njalo zitholele lembiza... 0791297696. Camagu

18/02/2026

Wena ngokwakho mewucabanga kwenziwa yini ...ukuba umuntu ashiye umuzi wakhe aseshade nomuntu iminyaka engu 16 ancamele ukuyohlalisana nomuntu asejole naye izinyanga eziwu 6 kulezizinyanga kungabe lomuntu atholane naye umnike uthando oludlula iminyaka ewu 16....hhayi ngeke kukhona okushaya amanzi...umuthi usetshenzisiwe lapha...phela umuthi usetshenziswa ngendlela ezahlukene ...likhona idliso elifakwa ekudleni , likhona idliso langaphansi, ukhona umuthi odwetshwa phansi waweqa nje kushile, sikhona isikhafulo simbuyisa noma elapha, sikhona isibambelelo oyobambelela kuwenake umuntu, ikhona intelezi yezitha/intshaba zihlukane nawe,sikhona isichitho uyasikhipha uyakwazi nokusifaka..buyisa isithandwa sakho qinisa umuzi...uma ufuna ulwazi olugcwele/izincombolo ezithe vetshe 0791297696 ....

Umuthi ukhona futhi uyasebenza

18/02/2026

Uma ungakaze uhlukane nomuntu omuthanda ngenhliziyo yakho yonke awubazi ubunzima ...kuba sengathi inhliziyo ishayiswe imoto...ngisho umuntu oselale ecalakwakho zonkinsuku iminyaka ethi ayifike kweyishumi... Usuhambe bonke abantu ababonayo bathi unamanzi amnyama izinto zakho ngeke zilunge wafakwa isichitho, izinto zakhi zimnyama nje zitholele USUSIMTHWALO isiwasho sisusa wonke amathunzi amnyama... Sikhona isikhafulo sokubuyisa isithandwa sakho seminyaka... UYAMTHANDA umuntu wakho awufuni ahambe bakuthathele yena noma kukhona okusolayo sengathi uyakwenza ngasese isikhathi sokuthi uzitholele isibambelelo sikabhekamina ngedwa umuthande naye akuthande finishi akwenzele yonke into akuphe nemali... ...sakha uthando sivusa imizi...camagu

17/02/2026

ungabolinge mewuqeda ukugquma/ukufutha uchithe amanzi obukade ugquma (ufuthe)ngawo uwachithe endlini encane... ngoba uzothi umuthi wami awusebenzi kanti uwena obuye uwuhlanganise nemichamo... umchamo uyawubulala umuthi mase umningi... uma umuntu wesilisa ethole umeqo entombazaneni... aphuze umchamo wayo uphele umeqo... kanti nakwezinye izikhafulo kuyenzeka Ugobela wakho athi ufake iconsi lomchamo wakho ukuze aphuphe enawe njalo nenza inkonzo yasekamelweni aze akukhumbule athathe ifoni akufonele... sisebenze isikhafulo ufake iconsi lomchamo wakho...
Camagu... khuluma nenyanga yakho okanye Ugobela wakho... ngohlobo lwemithi anayo engàkusiza kulenkinga obhekene nayo

17/02/2026

ungabosaba ngoba uzwa kuthiwa ave ewusebenzisa umuthi... khuluma nenyanga yakho okanye Ugobela wakho ngohlobo lwemithi anayo engàkusiza ukulwisana nalogoliyathi ophambi kwakho... ngoba phela khumbula isisho sesintu esithi awumbiwa ndawonye... okusho ukuthi izinyanga nogobela bonke labantu abalingani futhi umuthi abawuthaki ngendlela efanayo... awumbiwa ndawonye baqinisile...

Address

Umlazi
2731MAMAUNGCONGO

Telephone

+27791297696

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mama ungcongo isangoma posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share