Inyanga Yezinyanga

Call Directions Website Contact the practice

Inyanga Yezinyanga Dr GodideSompisi's Page| Bookings for ukucupha nokuqinisa| Isiphakamiso se Business| uMpiyakhe kaZitha| WhatsApp 0604836968 and calls 0604745323

Day 5 of down mood
08/10/2026

Day 5 of down mood

08/10/2026

Nondiyandiya

Awu kwazi ukusebenzisa amathambo ungaludlanga ukhamba lwawo, if wenza njalo kukhona abantu obaqhatayo.Awu kwazi ukubhula...
14/02/2026

Awu kwazi ukusebenzisa amathambo ungaludlanga ukhamba lwawo, if wenza njalo kukhona abantu obaqhatayo.

Awu kwazi ukubhula/ ukuhlolela abantu aba more than 10 ngosuku ungenazo izizwe/amajaji/izipoki/uhlanga, if wenza njalo ube uthi sisithunywa unamanga.

Awu kwazi ukuthwasisa umntu ube ungathwasa, nokuba unazo iinkamba zokuthwasisa ngoba kufanele uxhumane nethwasa ngoko moya, if uyathwasisa kodwa awuthwasanga wena kukhona obaqhatayo.

Awu kwazi ukudla iinkamba ezenyanga ezahlukeneyo ngelo kuthi ufuna ukubabukhali, ngoba usuke uxabanisa imimoya ekuthwasisayo ngexesha uthi uyazinceda. Stick on one Gobela then ubone uba kuqhubeka njani.

For the last ithongo liyancediswa ukuze likhuthale ukukunika impumelelo awuliyekeleli. Xa ulithwasa okanye isangoma funda ukuphanda umoya xa ubhidekile.

Okunye amaphupho wakho, awuwachazi wonke ku Gobela akhona abayimfihlo yakho, kuba usenokungawathandi kube kukonakala kwezinto zakho ke oko. Hlala uhlambulukile eNyangeni yakho, xa wonile zifundise ukuxolisa ungabi nenkani nokuzixelela uzolimala.

Nibe nosuku oluhle lwezithandani❤️❤️🙏🙌

Thokozani namhlanje ndicela ukucacisa amaphupho wenu
05/02/2026

Thokozani namhlanje ndicela ukucacisa amaphupho wenu

ABANYE BAYABIZWA🐅, ABANYE BAYAKHETWA.🐆Akubizwa wonke umntu ngendlela efanayo.Abanye bayabizwa besebancinci,abanye babizw...
04/02/2026

ABANYE BAYABIZWA🐅, ABANYE BAYAKHETWA.🐆

Akubizwa wonke umntu ngendlela efanayo.
Abanye bayabizwa besebancinci,
abanye babizwa sele bediniwe,
abanye bayaliva ilizwi kodwa balibaleke.

Kukho nabathi bayabaleka,
kodwa indlela ibabuyise kaninzi.

👉 Wena wawuliva njani okokuqala?
Ngamaphupha, ngokugula, okanye ngengxaki engapheliyo?

Bhali phantsi, nokuba mfutshane.
Masithethe. 🌿

Mabagule Baphile Abantu 🌴☘️👏

04/02/2026

Camaagwini bantwana bethongo nisekhona.

04/02/2026

UMSEBENZI UYAHLONISHWA.

Uma ususebenza ungalinge ukhohlwa ukuthi kunesikhathi lapho wawungenawo lomsebenzi uwufuna uwukhulekela. Abanye baze bazile ngisho ukudla.

Kubabuhlungu ukubona onomsebenzi edlala ngawo wazi ukuthi kunezinkumbi eziwufunayo.

Isibusiso ungalinge ukhohlwa ukuthi siyisibusiso.

23/09/2025

Amaphupho ayehlukana kakhulu, futhi ayeza ngokwemvelo yomuntu, isimo sakhe, kanye nemimoya emzungezile. Emasikweni esiZulu nesiXhosa, iphupho alibhekwa njengento engasho lutho, kodwa libhekwa njengomyalezo kungaba umyalezo wabaphansi, wesaziso, noma wokululekwa.

Nantsi eminye imikhuba ejwayelekile yamaphupho nengcazelo yawo:

🔮 Amaphupho avamile nezincazelo

Uphupha amanzi

*Amanzi acwebile → uphila kahle, uhambo oluhle, izibusiso.

**Amanzi amdaka → izinkinga, ukungcola, noma isexwayiso sokuhlanza impilo yakho.

**Uphupha izinyoka

**Izinyoka ezinkulu → amandla omoya, amadlozi akhuluma, noma abantu abakhulu abaseduze.

**Izinyoka ezimnyama → isitha, umuntu okukhohlisayo.

**Izinyoka eziluhlaza → imali, ingcebo, ukuchuma.

**Uphupha ufukamela noma ubona izingane

Izibusiso ezintsha, amathuba, noma umsebenzi omusha.

Kungaba futhi uphawu lwesiluleko sokuba nomonde.

**Uphupha umuntu ofile

Imilayezo evela kwabaphansi uma ekhuluma, thatha lokho akushoyo njengomyalezo.

Uma engakhulumi, kukhona akudingayo (ukukhumbuzwa noma ukuhlonishwa).

**Uphupha indlu

Indlu entsha → ukuqala okusha, ukuphumelela.

Indlu endala → isizukulwane, izimfihlo zomndeni, noma izinto ezidinga ukulungiswa ekhaya.

**Uphupha uphansi noma uphahlwa

Kungabonisa ukukhathala, noma izithunzi ezidla amandla.

Kwesinye isikhathi kusho ukuthi kudingeka ukhulekele/uphahle.

**Uphupha uhamba endleleni ende

Inkambo yokuphila, uhambo lwakho lokuphumelela.

Uma indlela icacile, ikusasa elikhanyayo. Uma imnyama noma igcwele izithiyo → izinkinga ezidinga ukulungiswa.

⚖️ Okubalulekile

Amaphupho awafani kubantu bonke – incazelo incike esimweni sakho sempilo, umsebenzi, umoya, nemvelaphi yakho.

Uma iphupho liphindaphindeka, noma linezinto ezicacile (amanzi, inyoka, igazi, abantu abadala) kusho ukuthi kunomyalezo oqondile.

Emasikweni, umuntu uya kugqirha/inyanga uma efuna ukuhlolwa iphupho ukuze kutholakale umthombo walo.

Address

Nomlacu
Bizana
4800

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Inyanga Yezinyanga posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Inyanga Yezinyanga:

Share