23/03/2026
Makhosi Amakhulu ๐ฟ
Namhlanje ngifisa ukukukhumbuza ukuthi noma izinto zingabonakala zinzima kangakanani, ithemba alisoze laphela. Impilo inezikhathi ezinzima nezimnandi, kodwa konke kuyadlula , kuyashintsha.
Ungazibukeli phansi, ngoba amandla akuwe makhulu kunalokho okucabangayo. Qhubeka nokuzama, qhubeka nokukholelwa kuwe, ngoba ikusasa lakho lisekhona futhi ligcwele amathuba amasha.
Khumbula: noma imvula ina isikhathi eside, ilanga liyaphuma ekugcineni โ๏ธ
Hamba kahle, ube nosuku olugcwele ukuthula, uthando, nethemba โค๏ธ