07/07/2026
INKANYAMBA π signs π―οΈ
β unokuphathwa yikhanda njalo π¦
β izulu malizoduma π©οΈ, or lizona βοΈ uyalizwa ,uba nokucobeka emzimbeni ulale uvuke selina ngamandla π¦
β unesthunzi ,abantu bayakusaba futhi bayakuhlonipha π¦
β ufikelwa ukuzamula π₯± njalo especially mawuduze nomuntu onezinkinga ,noma ukugula π¦
β uyabikelwa ubona izinto ezizokwenzeka π¦
β uhlezi uthakathwa kodwa awunqobeki , iyavikelana Inkanyamba π
β uwumuntu onenkani ,awufuni ukuzwa ngomunye umuntu ufuna kube wuwe ophethe yonke indawo , abanye bagcine sebekuzonda for lokho beku khulume kabi
β awuthandwa , ukhula kanzima , umuntu ozokusiza akuqeqeshe awubi naye lapha , ukhula ngenhlupheko , izangoma azikhoni nokuk'siza π¦
β Izinto zicale zibhede kakhulu uma isengakalungiswa uyasokola kakhulu , ngoba usuke ufundiswa ngempilo π¦ kodwa ukukhanya kuseza and the time kulunga bayothi uthwele
β uba nenhlanhla ,awulambi lapha uma usulungise kahle π―οΈ Inkanyamba , iyavula yonke iminyango , π
uthole ama cent okuthenga ukudla π―οΈ ayifuni ulambe ,iyabhekelana kakhulu π―οΈ
β Awubi nabangani ,ayifuni uhlale nabantu iskhathi esiningi ifuna uhlale wedwa π―οΈ
β unokuhanjelwa umcondo π
uma isiphakame kakhulu iwumoya onamandla kakhulu usuke usindelwa kakhulu π―οΈ
β unokuphathwa isiyezi especially uma uceda uku KHULEKA π¦ isuke iphakeme yona uxobo
β unoku dikizelwa izitho zom' mzimba π¦
β uthanda ukuhlabelela , ukucula , uku KHULEKA π―οΈ umoya wobuthantazi π¦
β awuzwani nokulwa ngoba uyazazi , inkani onayo awuhlehli ubheka phambili , injalo nayo lento ekwembethe π―οΈ ufuze yona π¦
- uhlezi unethemba lokuthi one day ngizophumelela , kube vele kunjalo , uma usahlupheka kuwukuthi isuke isakufundisa ngokwempilo ,nokuthobeka but kuzolunga
β ujikelwa ngabantu ,bekukhulume kabi
β unesifiso sokusiza abantu ekubeni nawe udonsa kanzima