Ebukhosini Bamakhosi

Ebukhosini Bamakhosi Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Ebukhosini Bamakhosi, Doctor, Durban.

I'll protect you 💗
04/11/2025

I'll protect you 💗

04/11/2025
Kuthiwa umprofethi akabi ngumprofethi ngakubo, nakubo ebaleni kwabo.Uma umoya owamkhomba ezalwa, usuphakama, usufuna uku...
04/11/2025

Kuthiwa umprofethi akabi ngumprofethi ngakubo, nakubo ebaleni kwabo.

Uma umoya owamkhomba ezalwa, usuphakama, usufuna ukusebenza, kumele ahambe aye kude nala azalalwa nakhona, kude nozalo lwakhe. Uma engakwenzanga lokhu, uyohlale enezinkinga.

Uyazi ukuthi lezi zinkinga zidalwa yini?

Uma nizelwe ekhaya, niyizongane zoMnumzane, nikhula n**i ukuthi niyefana nje, kwesinye isikhathi nize nikubange ukuthi abazali kubukeka sengathi abaniphathi ngendlela efanayo. Lomoya uyakhula ube mkhulu, ube mubi kakhulu uma omunye wenu egcekeni nasozalweni lonke, esekhombisa ukuba nezimpawu zokuthi yena wehlukile, ubuka aphinde enze izinto ngendlela eyehlukile nokwenza ukuthi nempilo yakhe yehluke kakhulu kini nonke, ngisho engakaphathi mcebo esandleni.

Abadala bethu ababehlakaniphile babekwazi lokhu, nokuyingakho babekuqinisekisa ukuthi uma ufika esigabeni esithile njengomfana, uyihlo akulobolele umfazi, bese ekukhipha inxiwa. Izinto zakho owazabelwa uzalwa, zonke kumele uzithole usulaphaya, wedwa, nomfazi/nabafazi nezingane. Kuba kubi kakhulu, kuphinde kudale izinkinga ebaleni uma lomoya okuwe uzophakama, uziveze nisebaleni elilodwa.

Kudaliwe ukuthi njengoba nizelwe nje, niphathiswe izinto ezingefani nezingalingani. Uma ke zikhuphuka izinto nisebaleni elilodwa, zizoshayisana, kuvumbuke umoya othi seniyaxabana, kanti cha, akukhona ukuxabana kwangempela. Ithi into “mina sengikufuna uwedwa manje, khona ngizokunika lokhu lokhu okukudala ngikuphethe, okungokwakho”.

Zihlale zikhona izimpawu ezikutshelayo ukuthi khula manje ndoda, uphume ebeleni, uzimele, kodwa ukuzibe lokho ngokwesaba ngoba awuyazi lento yokuzimela. AbaNtu obaziyo yilaba ozalwe nabo, uyabathanda futhi ungakufela ukuba nabo nokuthi babe nezinto ezinhle njengawe. Umbuzo uthi kazi bona banokuzwa ofanayo yini ngawe.

Uma ke nizalwa ndawonye, abanye baye bazizwe benamagunya amakhulu phezu kwakho, ngendlela yokuthi uma usuhamba ngendlela abangayazi nabangayiqondi, bafune ukukulawula. Empeleni basuke sebefuna ukukunqunda

Makhosi 🙌🏽📿
29/10/2025

Makhosi 🙌🏽📿

03/09/2025

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Nayan Siwe Majola, NA Ngubane

Address

Durban

Opening Hours

Tuesday 09:00 - 16:00
Wednesday 09:00 - 16:00
Thursday 09:00 - 16:00
Saturday 09:00 - 16:00

Telephone

+27645074785

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ebukhosini Bamakhosi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Ebukhosini Bamakhosi:

Shortcuts

Share

Category