Gogo Duma

Gogo Duma Gogo Duma works with prayer and heals with water and medicine. I assist with spiritual journey.
(1)

15/11/2025

Emakhosini πŸ‘

ngyathemba niyaphila zingane zakwethu 🀭😊

2025 ngyawubonga πŸ₯Ί kdw ke ngoba sisaphila, asiqhubeke nesisabizelwa kukho.

emakhosini ngitholakala ngamaWeekends kphela πŸ₯Ή please call or send whatapp before ufike.

Emakhosini πŸ‘
Online R150 /face to face R100 consultations
Calls/ whatApp 0737332723
Kwamashu k section
Gogo Duma πŸ“Ώ

04/03/2025

Emakhosini πŸ‘

Ngyathemba niyaphila zingane zakwethu. Mawumtwana owakhethwa idlozi awuzukuthandwa iwona wonke umuntu! Fth abantu bazokujikela eskhaleni including family, akungakukhathazi lokho...akuliwa nawe balwa nalokhu wena ofumbathiswe khona!! Ngyazi kubuhlungu kdw akungakush*tshi ubuwena, qubeka ube umuntu onothando osenza nokuhle ebantwini. Hlanzani izinhliziyo zenu. Ngyanithanda ❀️

Ngsatholakala Emakhosini Monday to Saturday....Okwakho ukuqinisekisa ukuth ngikhona yn kqala before ugibele πŸ™ singaze sephambane.

Emakhosini πŸ‘
Online R150 /face to face R100 consultations
Calls/ whatApp 0737332723
Kwamashu k section
Gogo Duma πŸ“Ώ

21/11/2024

Emakhosini πŸ‘

Yaaaa sanbona!!! πŸ™ŒπŸ˜Š ngicela ukudlulisa lokhu zithandwa, angeke ungitshele ukuth umuntu owamlethelwa idlozi engaphilela ukukuhlukumeza, impilo yakho yonke.....yebo angiphiki bangamuqelisa okwesikhashana ukuze wenze lokhu abakudingayo abantu abadala....aphinde abuye, niberyt. Kdw akusiye wonke umuntu obuyiswayo okanye enibaryt naye....

One thing about idlozi alimufuni umuntu ozokugcolisa mangabe liClean lona. Uyomukhafula, umubize ebusuku ezibukweni 🀣🀣🀣😭 kdw kuzifanele. No amount of idlizo elizohlalisa lesoseqamgwaqo!!!! Kdw uyabona lo elikuthandela yena, uyabuya fth kubengathi anikaze naxabana.

Mawumntwana weThongo, ngyakucela....mawungakaze umcele umuntu kwiDlozi lakho, awuqale manje umcele πŸ™πŸ₯Ί uzobona isimanga 😍 iyokuthanda ingane yabantu!! ❀️

Emakhosini πŸ‘
Call/whatsApp 0737332723
Consultations Online R150 / face to face R100
Makhosi Duma

11/07/2024

Emakhosini πŸ‘

Ngyathemba niyaphila zithandwa ❀️ laba abafisa ukuxhumana nam ngicela bangithinte between 12pm Kuya ku 4pm week days.

On Saturday ngiya emanzin, ngingayile ukuyoswbenza. Ngicela laba abanezicelo zokukhulekiswa bavele....ngzofike ngibakhulekise. Makhukhanye kube mhlophe njengezihlabathi zolwandle πŸ™

Emakhosini πŸ‘
Online/face to face consultation R100
Call/whatApp 0737332723
Kwamashu k section
Makhosi Duma πŸ“Ώ

23/04/2024

Emakhosini πŸ‘

Benziwa yini abantu abasindisiwe bazitshele ukuth inkolo yabo okuyiyo?? Thina abanye sisangene ekhanda 😭 aybo jehova, angikhumbuli Mina uNkulunkulu enikeza abantu igunye lokwehlulela!! 😣

Mawungakholelwa emadlozini it okay it totally okay and it your choice, kuyakusebenzela. Kukancane thina esikholelwa emasikweni nasemadlozini ethu usizwe sikhuluma kabi abasindisiwe, I for one I don't...angibakhulumi kabi kuphela nje angeke ngikwazi ukukhonza nabo!!! Bathi sibuswa amadimoni it okay, if umzali wami eyidimoni ngoba sewadlula it fine elami lelidimoni, okhokho bethu babuswa uSathane it okay. Engikwaziyo Mina sikhuleka kuNkulunkulu umvelinqangi, umthathu emunye πŸ™Œ umavula kuvaliwe!! Ebese okhokho bethu babe izithunwa nganye nezingelosi zethu!! Asikaze sithi bawoNkulunkulu!!!!!! Kdw bayasebenzisana noyise wethu sonke 😊🫠

Mina nje I am proudly omusha kaSmakade, umtwana weThongo....thee chosen one πŸ™Œβ€οΈ

Ukuth sathwasa, sisebenza nangemithi okwethu lokho uNkulunkulu usithanda kunjalo fth singamasosha akhe....noma sekuthiwa akukhulekwe yithi labo πŸ™Œ asesabi lutho 😊 makukhanye ngiyanithanda ❀️

Emakhosini πŸ‘
Online/face to face consultation R100
Call/whatApp 0737332723
Kwamashu k section
Makhosi Duma πŸ‘‘

Address

K2079 Newlands Height Kwamashu
Durban
2079

Opening Hours

Monday 08:00 - 17:00
Tuesday 08:00 - 17:00
Wednesday 08:00 - 17:00
Thursday 08:00 - 17:00
Friday 08:00 - 17:00
Saturday 08:00 - 17:00

Telephone

+27737332723

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Gogo Duma posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Gogo Duma:

Shortcuts

Share