Flam Funeral Services Dbn

Flam Funeral Services Dbn Lotus a flower that struggles through mud to emerge beautifully and whole.We offer affordable Funeral plans,Burials and Cremations.

 💔Sengathi imiphefumulo yabo ingaphumula ngokuthula 🙏🏽Imindeni, izihlobo nabangani baduduzeke 💙  🕊️
26/06/2026

💔

Sengathi imiphefumulo yabo ingaphumula ngokuthula 🙏🏽

Imindeni, izihlobo nabangani baduduzeke 💙

🕊️

Kupholiwe eThekwi, ne-weather ivumile🌞Thina sikulinde la-ngase workshop entrance 🤗Udlule usqalaze please 🙏🏽
26/06/2026

Kupholiwe eThekwi, ne-weather ivumile🌞

Thina sikulinde la-ngase workshop entrance 🤗

Udlule usqalaze please 🙏🏽

Namhlanje usuku lokungcina lokungenela competition, siyayivala ngo 16:00pm.Uma sibheka ama comment, nanoma ubani usengaw...
26/06/2026

Namhlanje usuku lokungcina lokungenela competition, siyayivala ngo 16:00pm.

Uma sibheka ama comment, nanoma ubani usengawina. Futhi nongangenela manje usengawina.

Ukuze uwine, share this post kakhulu ucele abantu ba-reacte kwi comment yakho

Good luck 🤞🏾

🎉🚀 YOUTH MONTH BUSINESS BOOST!🚀🎉

Bantu abasha baseNingizimu Afrika, leli yithuba lenu lokukhulisa amabhizinisi enu! 🇿🇦💼

🎁 Ziwinele i-Voucher yeBhizinisi engu-R5000!

Ukungenela kulula:
✅ Landela ikhasi lethu kuFacebook nakuTikTok
✅ Comment usichazele nge business lakho, usitshele kungani kumele kube uwena owina voucher ka-R5000
✅ Then share this post unxuse abantu ba-reacte kwi comment yakho.

👥 Kuvulekele abantu abaneminyaka ephakathi kuka-18 no-35.

🏆 Ozowina uzokhethwa ngokuba nama reaction amaningi kwi comment yakhe.

📅 Umncintiswano uvalwa ngoLwesihlanu, 26 Juni 2026.
📢 Ozonqoba uzomenyezelwa ngoMsombuluko, 29 Juni 2026.

Ungaphuthelwa yileli thuba lokuthuthukisa ibhizinisi lakho! 💙

Nawa ama branch ethu awu-28 ase-KZN, nezinamba zakhona.Sisebenza i-SA yonke, nalapho singenalo office khona, siyafika si...
26/06/2026

Nawa ama branch ethu awu-28 ase-KZN, nezinamba zakhona.

Sisebenza i-SA yonke, nalapho singenalo office khona, siyafika siwenze umsebenzi.

💙

 💔Sengathi imiphefumulo yabo ingaphumula ngokuthula 🙏🏽Imindeni, izihlobo nabangani baduduzeke 💙 🕊️
25/06/2026

💔

Sengathi imiphefumulo yabo ingaphumula ngokuthula 🙏🏽

Imindeni, izihlobo nabangani baduduzeke 💙

🕊️

Babahle abantu eTurton, san’bonani 💙Sinivakashele namhlanje, sisoTurton eMthwalume eBoxer Shopping Centre🤗Nisomdele eduz...
25/06/2026

Babahle abantu eTurton, san’bonani 💙

Sinivakashele namhlanje, sisoTurton eMthwalume eBoxer Shopping Centre🤗

Nisomdele eduze, sikuphathele izindaba emnandi ngo

  🔔Sicela abangcina ngoku joyina online, abangakaze beze ema office, beze ukuze kuzo updatwa amabhuku bese behamba nawo....
24/06/2026

🔔

Sicela abangcina ngoku joyina online, abangakaze beze ema office, beze ukuze kuzo updatwa amabhuku bese behamba nawo.

Lokhu kuzosiza ukuze uzobheka nabantu obakhavile baphelele yini, uthole nencwadi eyisiqinisekile sobulunga bakho enamagama, izibongo nama ID number abobonke obakhavile.

San’bona KwaNongoma 📍Sisekhona Mona Market, soze sivale kusasa💙Usondele eduze, uzozizwela kabanzi ngo-Flam🤗
24/06/2026

San’bona KwaNongoma 📍

Sisekhona Mona Market, soze sivale kusasa💙

Usondele eduze, uzozizwela kabanzi ngo-Flam🤗

  💙Siyabonga nathi ngokusethemba🙏🏽
23/06/2026

💙

Siyabonga nathi ngokusethemba🙏🏽

Namhlanje sise dolobheni eJozini, ngase boxer sizoku fundisa ngo   💙Uzophinde uhlangane nathi eMall, usondele uzobuza so...
23/06/2026

Namhlanje sise dolobheni eJozini, ngase boxer sizoku fundisa ngo 💙

Uzophinde uhlangane nathi eMall, usondele uzobuza sokusiza.

Address

407 Smith Street Durban
Ethekwini
4001

Opening Hours

Monday 08:00 - 16:00
Tuesday 08:00 - 16:00
Wednesday 08:00 - 16:00
Thursday 08:00 - 16:00
Friday 08:00 - 16:00
Saturday 08:00 - 13:00

Telephone

+27871531688

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Flam Funeral Services Dbn posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Flam Funeral Services Dbn:

Share