UBIZO LWAMI

UBIZO LWAMI SIYAKHULEKA SINXUSE NKULUNKULU KUKHO KONKE . OKUNGENZEKI KUBANTU KUNKULUNKULU KUYENZEKA

16/06/2026

Ukuphupha uneNwele eyinkulu isthunywa sakho siphakeme mtasekhaya

Ugaya ama egg shell uwahlanganise nerough salt and cloves ugqume ugeze.....izindlela zakho zizovuleka imali evaliwe izov...
13/06/2026

Ugaya ama egg shell uwahlanganise nerough salt and cloves ugqume ugeze.....izindlela zakho zizovuleka imali evaliwe izovuleka izozizela konke okwenzayo kuzoba impumelelo.....uyenza noma inin noma ikangaki kukuwe

13/06/2026

Nanka amaphupho nezincazelo zawoπŸ™.

● Ukuphupha uhleka = ukuvakashelwa amathonga akini ekujabulela.

● Ukuphupha ukhala= Kuzoba khona into ezok'jabulisa

● Ukuphupha indlu yakhiwa= isifo.

● Ukuphupha izimpethu=ischitho.

● Ukuphupha uphuza utshwala ungadakiwe= impilo emnandi.

● Ukuphupha ugwazwa= ukugadlwa ngezibhobo.

● Ukuphupha uthenga izingubo ezintsha=inhlanhla.

● Ukuphupha umuntu wakho ejola=usuke ekujolela.

● Ukuphupha uthingo lwenkosazane=inhlanhla enkulu.

● Ukuphupha ama fruit=kubika isisu / Inhlanhla

● Ukuphupha uchama noma use toilet=ischitho.

● Ukuphupha ujahwa inkomo=idlozi lakho alithokozile ngawe.

● Ukuphupha celibrity=kusuke kuyidlozi lakho lizifihlile / Inhlanhla

● Ukuphupha ugibele imoto igijima=impumelelo. uzophumelela fast

● Ukuphupha ucula noma ulalele umculo=unesthunywa.

● Ukuphupha umlungu/indiya=unemimoya yedlozi lomndawu

● Ukuphupha amanzi aclean=inhlanhla.

● Ukuphupha inyoka ingakwenzi lutho=idlozi lelo.

● Ukuphupha ujahwa inyoka=isitha.

● Ukuphupha uhamba etshanini obuhlaza=usinde ekufeni.

● Ukuphupha isdumbu=kunezinto ongwakwazi ukuzikhohlwa.

● Ukuphupha wenza sex= uneslwane.

● Ukuphupha useskoleni=kunento oyifundiswa idlozi lakho.

● Ukuphupha uphethe ingane uyincelisa=uneslwane.

● Ukuphupha uthandaza=unesthunywa.

● Ukuphupha uphasa test= impumelelo.

● Ukuphupha usevarsity=ususesgabeni sokugcina nesfundo sedlozi lakho.

Please like and Share

13/06/2026

Uma izinto Zakho Zimile Kade Uzama Akulungi Lutho πŸ™πŸ»Nayi Ritual Bhala incwadi Ubhalele Umama wakho ❀️ Ongasekho Noma Ubaba Wakho Ongasekho ❀️Noma Umkhulu Wakho Ongasekho ❀️uzoqala kanje if Ubhalela u Gogo Wakho Dear Gogo πŸ‘ Bese Uyaqhubeka Nenkulumo Nezicelo zakho πŸ‘Ucele konke Okufisayo Ucele Bakuphe i Wisedom ucele Umsebenzi ucele imali ucele konkeπŸ‘uma Uqeda Yifunde as Khona Umuntu Omfundelayo Uma Uqeda Faka Bay leaf Bese Uyayigoqa Towards You bese Uyayishisa Uma uqeda Thatha Lowo Mlotha uwubeke sandlen sakwa left ukhulume uthi Uma uwuthola lomyalezo Ngicela ufike ngephupho Ngicela ama sign Amahle then blow it ngeke Uphele u 7 days engafikanga ngephupho lo ombhalelile Buka 🀞🏻impendulo ibuya ngokushesha Khumbula phela sifaka bay leaf ukuze ihambe ibuye Nezinto ezinhle πŸ™πŸ»kufike umuntu onguyena okufisela Okuhle πŸ™πŸ»konke lokhu ukwenza Ngo 00:00

With Angie Mashudula Opakile – I just made it onto their weekly engagement list by being one of their top engagers! πŸŽ‰
11/06/2026

With Angie Mashudula Opakile – I just made it onto their weekly engagement list by being one of their top engagers! πŸŽ‰

10/06/2026

🐍 iimpawu zokuba nedlozi Lasemanzini 🐍

🏞 Unozwelo kakhulu, unenhliziyo yokupha futhi ukupha kukwenza ujabule.

🏞 Unenkinga yokucasuka , nomuntu omthandayo uyamcasukela kodwa ungumuntu oxolayo.

🏞 Abantu bazama ngazo zonke iindlela ukwehlisa isthunzi sakho ngenxa yomoya wakho namandla akho.

🏞 Abantu bazizwa bekhululekile uma behleli nawe , Amazwi akho ayakhuthaza ayabalapha abanye futhi alethe ithemba kwabanye.

🏞 Awunayo imizwa yokuzonda abantu, ungumuntu ohlezi ezithulele , awunazo iindaba eziningi ukhuluma ngesizathu.
🏞 Awuthandi amanga, uthanda iqiniso konke okwenzayo ukwenza ngendlela efanele.

🏞 Awuthandi ukuhlala nomndeni or abangani isikhathi eside.

🏞 Uthanda umculo kakhulu, umculo uyintando yakho yokuqala.

🏞 Uhlakaniphile kakhulu, kunzima ukuthi abantu bakukhohlise ngoba ungumuntu kamoya omdala, uyakwazi ukubona lapho umuntu ekhuluma amanga noma edlala.

🏞 Uma uhlangana nomuntu ngokocansi, empilweni yakhe kuqala ukukhanya izinto ziyavuleka , baqala ukuthola izibusiso.

🏞 Unamandla kakhulu ngomkhuleko, uma uke wakhuleka kuba no shintsho olukhona nje.

🏞 Ungabonakala uthambile noma uthulile kodwa unamandla kakhulu ngokomoya.

🏞 Izingane zizizwa zithokozile eduze kwakho ngoba ziyazi ukuthi ungumuntu onomoya othambile.

🏞 Eskhathin esiningi uzithola usenkingeni e serious kodwa ungazi nokuthi ungene kanjani.

🏞 U clean awuzwani nokungcola uthanda nokulala ngoba uhlezi ukhathele unama moods.

🏞 Ulala late ebusuku kodwa uvuka early.

04/06/2026

Asihlaziye amaPhupho

Ama cloves ngiwathanda ngoba Enza Okuning Uyakwazi Ukuchela ngawo Uma Uhlushwa amagundane Uyakwazi futhi Ukugeza ngawo U...
03/06/2026

Ama cloves ngiwathanda ngoba Enza Okuning Uyakwazi Ukuchela ngawo Uma Uhlushwa amagundane Uyakwazi futhi Ukugeza ngawo Ukhiphe Amabhadi kuvuleke Empilweni Yakho Uyakwazi futhi Ukuwahlanganisa ngenhlabathi Yegceke ne Coarse Salt Bese Uyachela egcekeni izilwane noma Tindane bayobhonya umnikazi Awufaki manzi ke lapho πŸ™πŸ» Enza Okuning kakhulu πŸ™Œ

28/05/2026

UNKULUNKULU AKAYIDALI INKINGA ENGENASO ISXAZULULO

sanibonani ntambama zingane zami

20/05/2026

Ngixoxele udaba lwakho ngikusize or iphupho lakho

Address

Greytown

Telephone

+27792644287

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when UBIZO LWAMI posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to UBIZO LWAMI:

Share

Category