Gogo Veyane

Gogo Veyane Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Gogo Veyane, Nongoma.

17/06/2022

Thokozani, sengize ngash*tsha from gogo Shamase to Gogo Veyane. Ngisacela niqaphele labantu aba zenza mina. Mina angizihambeli izindawo ngitholakala emtuba nakwaNongoma kuphela. Futh inumber yami iyodwa Ile 083 7806480. Okunye nokunye kuyisigebengu.

Ngiyabonga kakhulu

04/05/2022

Thokozani batwana bedlozi,

Ngisacela ukucacisa loko, ugogo utholaka eMtuba kanye nakwaNongoma kuphela. Uma kungezona lezindawo kobe akimina. Ngiyonazisa uma zish*tsha indawo. Ngiyabonga

Makubekuhle batwana bedlozi
27/04/2022

Makubekuhle batwana bedlozi

Makwande Dlozielihle
03/11/2021

Makwande Dlozielihle

26/10/2021

Thokozani bantwana beDlozi kakhulukazi abatwana abenza ababhalayo ama exam. Ngiyanikhulekisa komveligqangi nasedlozini ukuba nibhale kahle. Ngiyakwazi ubunzima bokuquleka uphele nya uma kumele ufunde noma ubhale kodwa angizange ngiphele amandla ngalwa ngaze ngaphumelela. Nani ningapheli amandla. Ziningi izinto ezivukayo njengoba kulesisikhathi kodwa ningakhohlwa ukuthandaza.

07/10/2021

Thokozani Thokozani, sacela nikhulekise bo gogo, idlozi lami liphezulu kakhulu. Ngizithola sengithetha eskhaleni. Ngiyazi ninawo amandla okungithandazisa amen

Address

Nongoma

Telephone

+27837806480

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Gogo Veyane posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share