Mkhulu Khathaza abathakathi

Mkhulu Khathaza abathakathi ��Umthandazi��wamanzi ngisebenza ngesinazaretha �Dream translation�whatApp or call 0665448167

11/11/2025

Ngamandla nothando lukankulunkulu sivukile ushembe uyaphila kimi nakuwe usengaphila🙏🏻❤🙏🏻

30/10/2025

Ngithi mina kuwe ungavumi abantu bakubuyisele emumva ngempilo yakho nomatter what, bese uzifundisa ukuma entweni uzitshel ukuthi lento ngizoyenza futh ngizophumelela ungahlehleli emumva kepha yana phambili 🙏🏻🙏🏻🙏🏻

Unkulunkulu ufuna abantu abanesibindi abantu abasaziyo istory sabo abantu abakwaz ukubamba insimbi beyizwa ukuth iyashisa ize ipholele kubo abantu abathi noma kufika izimo ezinzima empilwen baqine bangakhali kepha bakhalele ngaphakath
Abantu abanamahloni ngokubonakala kwenyembezi ngob isitha sakho uma s**e sakubona sizojabula 🙏🏻🙏🏻

Kunomuntu ongeke akuyele ezinyangeni for ukukuthakatha kepha ngenhliziyo yakhe namehlo akhe uyakwaz ukukwenzalokho uke ubone omunye uma umbingelela avume sengath uboshiwe or akafuni kubenzima ngisho ukukhipha i smile nje ukubonisa ukuth yakwaz ukuphila nabantu 🙏🏻🙏🏻

Ngizothi kuwe okwakudalwe wena as long as unkulunkulu esakugcinile kofika noma ilanga selishonile nomatter how old you are...THANDAZA KANCANE KANCANE KUZOLUNGA🙏🏻🙏🏻🙏🏻🙏🏻

22/09/2025

Nalapho kungakhali khona iqhude kuyasa ngomthandazo nje nawe uzophumelela lempilo oyifisayo usazoyiphila as long as umphefumulo usahlangene nenyama usengakwenza kwenzeke trust me🙏🏻🙏🏻🙏🏻

22/09/2025

Abanye abantu bafuna ukutshelwa amaqiniso ngezimpilo zabo ukuze bakwaz ukuzibona noma sebesephutheni sebephuma endleleni kepha uma iqiniso uhlala phezukwalo ungamtsheli lomuntu uma kungenzeka avele afe unkulunkulu umphefumulo wakhe uyowubuza kuwe

Ngakho ungabothula uma ubona izinto ukth ziyonakala 🙏🏻🙏🏻🙏🏻

22/09/2025

Ujehova ulungile
Uyinqaba ngosuku lwenhlupheko futhi uyabazi ababaleka bebalekela kuye nawe ungabalekela kuye akufukamele🙏🏻🙏🏻🙏🏻🙏🏻🙏🏻

16/07/2025

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Saner Khumalo, Indlondlo Yezi Ngqwelekazi, Landeliwe Zisuliwe Zeeh, Amahle Mashenge, Vuyoh Mgabadeli, Lwazi Ayanda

Ameni kuyisabatha ekuseni sibonga ukugcinwa esandlen somusa🙏🏻🙏🏻🙏🏻🙏🏻Golwesine ekuseni ngavuka ekusen ngathatha ipiki nefo...
05/07/2025

Ameni kuyisabatha ekuseni sibonga ukugcinwa esandlen somusa🙏🏻🙏🏻🙏🏻🙏🏻

Golwesine ekuseni ngavuka ekusen ngathatha ipiki nefosholo ngasebenza egceken njengenjwayelo ngathi ngisasebenza ngezwa ukth kukhon okushaya amanzi kulendawo engsebenza kuyo

Izolo mangivukela khona ngiqedela ngithola nali ibhodlela labathakathi ngilivundulula ngaphansi komhlabathi ngoshembe unyazi lwezulu angibizanga nyanga namthandazi

21/06/2025

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Sabelo Alex Khambule, Landiwe Lwazie, Thalente Mini, Baba Mkhulu

Address

Empangeni
Ntambanana
3880

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mkhulu Khathaza abathakathi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category