Umshado Institution

Umshado Institution Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Umshado Institution, Marriage Therapist, Esikhawini J, Impala Street, Richards Bay.

12/08/2026
13/07/2026

WIVES HOW TO SUMMIT TO YOUR HUSBAND AND TREAT HIM LIKE A KINGβ€οΈπŸ§”

Respect is important in marriage ayikho into ebaluleke njengenhlonipho emshadweni ingakho abantu abashadile kumele behloniphane ukuthi umshado ungeke ufe kodwa uyihlezi umnandi kakhulu indoda nendoda izenzela yona kube mnandi emzini wayo kanjalo uNkosikazi kumele indoda yakhe ayithobele ayazise njengenkosi yakhe,umyeni wakho awumenzeli I favor ngokumhlonipha lobaba wakulobola wakukhetha eningini labantu besifazane abahle abafunde ukudlula wena naba successful ukudlula wena wakulobola wakuthanda wakushada respect him value him as your king honor your husband.

Treating your husband like a king and summiting to him means honoring his leadership,showing deep respect,and supporting his efforts as a partner.You treat him like a VIP so he feels valued.In return,a healthy dynamic encourages mutual respect and teamwork.

Mama ngiyakucela ucelwa yimi please khuluma kahle nendoda yakho musa ukumcupha ukuze umthethise,musa ukumehlisa isithunzi umthulise esakhuluma,mlalele ungamphazamisi,makhe build him up praise his character and hard work in front of others.Ayikho into ebuhlungu njengokuba nomfazi ongakwazi nokuthi uyini kuze kubone nabantu ukuthi uyena umfazi onamandla kunawe kulomuzi.

MRS NOMUSA JILA (Marriage Counselor,Author And Founder of ZAZISE CONSALTANCY)

Mrs Nomusa Jila Marriage Counselor And Author of a book Marriage Is A Commitment And Sacrifice says in marriage a wife must respect her husband but a husband must love his wife she says a home without love is evil and cold she says couples must always be committed in loving each other with the love of Jesus Christ.

DR EMERSON EGGERICHIS

Dr Eggerichs,Who holds a Ph.D in child and family Ecology, authored the prominent book Love& Respect.He outlines a cycles where a husband reacts without love when he feels disrespected,and a wife reacts with disrespect when she feels unloved.

DR JOHN GOTTMAN

While he does not use the specific phrase"disrespectful"Dr Gottman is a Ph.D researcher who studied couples for decades.He identifies "contempt"-looking down on a spouse or acting superior as the number one behavior that ruins marriages.

DR JAMES DOBSON

Dr James Dobson,a Ph.D in child development,has written extensively about family preservation.He teaches that marital harmony breaks down when spouses become contentious,and emphasizes that mutual respect is a vital foundation for a healthy marriage.

Emshadweni kuyahlonishwana kuyabanjiswana uDr Tebogo Gumede Ph.D In Romantic Specialist uthi indoda uyayihlonipha uyazise kubalulekile lokho without respect ngeke uyithole Inhliziyo yendoda.uApostle Dr SN Mkhize,Marriage Counselor Founder And Director@UMSHADO INSTITUTION umfazi oshadile akalali nge tight futhi umfazi oshadile uyasivikela isithunzi sendoda yakhe ngoba indoda yakhe inkosi yakhe ayinikwa uNkulunkulu hlonipha myeni wakho ukuze umuzi wakheke kahle umuzi wakhiwa ngothando nangenhlonipho umshado uyisipho esivela kuNkulunkulu uyahlonishwa umshado.

WRITTEN BY APOSTLE DR SN MKHIZE πŸ”₯πŸ”₯🎀🎀πŸ”₯πŸ”₯

INSTITUTION ❀️ πŸ₯°

05/07/2026

IZELULEKO ZOMSHADO PART 2!

Umshado uma unokuhlukumezana noma ukuhlukumezeka awubi mnandi lowo mshado uma kukhona izinkinga ezinye zazo siqalwa enye inkinga encane ebidinga ukulungiswa uma kukhona izinkinga emshadweni lona ofuna kuphele izinkinga ofuna kube nokuthula uyena ozama kakhulu imizamo yokulungisa umshado umshado ke unjenge bhentshi uma ibhentshi kukhona ohlezi kulona ngasekugcineni omunye kumele ahlale nangapha uma uhleli wedwa liyakuwisa ibhentshi inkinga yabantu abashadile abaningi ukubambisana akukho laphoke sibona kubakhona ukwehlisana isithunzi ukungahloniphani ungabinandaba umshado ufuna abantu abazolwela ukuthula injabulo nothando lwakho ukuba bengahlukani kodwa babemunye njengoba bafunga ukuthi bohlukaniswa ukufa hallelujah πŸ™ŒπŸ€ Successful Marriage is based on God's principles man love your wife,woman submit to your husband.

UMFAZI

uMfazi emshadweni uyahlonipha kumele akhulume kahle nomyeni wakhe aziphathe kahle angakhulumi amazwi ayizeyiswane abuhlungu endodeni yakhe akahlekisi ngokuhluleka kukababa uyayenzela okuhle indoda yakhe kungabi okuhle zonke izinsuku zokuphila kwakhe kumele kube uMama uBaba angathembela kuye akayihlazisi uba noxolo kumele akwazi ukuyithanda indoda injalo ayamukele njengoba injalo kuyayilimaza indoda ukuqhathaniswa bantu besifazane uma uzoyiqhathanisa namanye amadoda ngoba you won't appreciate noma esekwenzela okuhle uBaba wakwakho ukulalela kukhombisa ukumhlonipha umyeni wakho kunobaba abahlukumezeka ngokuthi when umfazi wakhe enemali ufuna ukuba bossy ukuba bossy kwakho if you are a bossy wife uyayihlukumeza indoda yakho indoda iyahlonishwa ungayincishi inkonzo yasekamelweni ngoba nakhu ingenalutho impilo ingakahlangani kuyo ayifuneki leyonto uyamlimaza don't use s*x ukulaya indoda yakho yihloniphe🀝🀝

INDODA

Indoda ayithembeke ibe neqiniso kunkosikazi wayo no woman is happy ukuthobela indoda engenalo uthando iba nothando kumkakho into eyenza imishado ife ukuthi abantu abangathembekile ko partner babo abanaso isikhathi sokuthanda abantu babo abashade nabo ayifuneki indaba yemjolo ushadile uthando emshadweni into edingwa umuntu wesifazane nokunakekelwa nokunconywa nesikhathi sakho emshadweni uthando lwakho alube strong for your wife learn the wisdom to listen to your wife uzobe uyindoda lapho she must rely on you Kanye nezingane zakho love your wife umthande umkakho cheating yehlisa isithunzi sika partner wakho uyamlimaza futhi umenza engabi na peace kulomshado kanti umshado shall be heaven not hell you can change and improve with God in your marriage repent to your God and repent to your spouse before it's too late.πŸ™ŒπŸ€

WRITTEN BY DR SN MKHIZEπŸ”₯πŸ”₯🎀🎀πŸ”₯πŸ”₯

@πŸ’πŸ““ UMSHADO β›ͺ INSTITUTION πŸ‘°πŸ€΅

14/09/2025

APOSTLE DR SN MKHIZE DIRECTOR AND FOUNDER OF UMSHADO INSTITUTION

RELATIONSHIP COACH
MARRIAGE MENTOR
MASTER MENTOR

Today It's My Birthday πŸ°πŸ¦πŸΉπŸΈπŸŽ‰πŸŽŠπŸŽˆπŸŽ€πŸŽπŸŽ‚ Turning 31 years
06/03/2025

Today It's My Birthday πŸ°πŸ¦πŸΉπŸΈπŸŽ‰πŸŽŠπŸŽˆπŸŽ€πŸŽπŸŽ‚ Turning 31 years

Address

Esikhawini J, Impala Street
Richards Bay

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Umshado Institution posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share